Sikwethulela iBhayibheli eli-offline elinehumusho lesiZulu lemibhalo: iBhayibheli lesiZulu.
Downloada le-app eyakhelwe abakhuluma isiZulu abase Mzansi Africa, Zimbabwe, Lesotho, Malawi, Mozambique nase Swazini.
Uma usudowlodile, funda leliBhayibheli noma ungalumekile kwi-internet. Phenya amavesi ofuna ukuwafunda uthokozele Izwi likaNkulunkulu nsuku zonke ocingweni lwakho lwe-Android noma i-tablet.
IBhayibheli lihunyuswe ngezilimi eziningi. Thokozela iBhayibheli Elingcwele ngolimi lwakho namhlanje! Cala usuku lwakho ngokufunda ihumusho eledlulele leBhayibheli Elingcwele ngesiZulu.
Ukufunda iBhayibheli Elingcwele kusinika ukuphumula nokusisondeza eNkosi Yethu.
IBhayibheli Elingcwele linezincwadi eziwu 66 ezehlukaniswe ukuba yiTestamente Elidala neTestamente Elisha.
(Ugenesise, U-Eksodusi, Ulevitikusi, Unumeri, Uduteronomi, Ujoshuwa, Abahluleli, Uruthe, 1 Usamuweli, 2 Usamuweli, 1 Amakhosi, 2 Amakhosi, 1 Izikronike, 2 Izikronike, U-Ezra, Unehemiya, U-Esteri, Ujobe, Amahubo, Izaga, Umshumayeli, Isihlabelelo Sezihlabelelo, U-Isaya, Ujeremiya, Isililo, Uhezekeli, Udaniyeli, Uhoseya, Ujoweli, U-Amose, U-Obadiya, Ujona, Umika, Unahume, Uhabakuki, Uzefaniya, Uhagayi, Uzakariya, Umalaki, Ngokukamathewu, Ngokukamarku, Ngokukaluka, Ngokukajohane, Izenzo, Kwabaseroma, 1 Kwabasekorinte, 2 Kwabasekorinte, Kwabasegalathiya, Kwabase-Efesu, Kwabasefilipi, Kwabasekolose, 1 Kwabasethesalonika, 2 Kwabasethesalonika, 1 Kuthimothewu, 2 Kuthimothewu, Kuthithu, Kufilemoni, Kumaheberu, Ekajakobe, 1 Kapetru, 2 Kapetru, 1 Kajohane, 2 Kajohane, 3 Kajohane, Ekajuda, Isambulo)
I-app eledlulele ngesiZulu evumela ukudownloda mahhala!